Imfihlo Kagogo Ruby
[Paperback]
Author(s):Chris van Wyk
- Published By:
- Pan Macmillan South Africa
- Date Published:
- 4 January 2006
- 32 pages
- Country:
- South Africa
- EAN:
- 9781920016425
UChris uthanda uGogo wakhe uRuby. Uthanda ukuvakashela emzini wakhe aye kocosha amajingijolo engadini futhi bancokole bacule nabazala bakhe. UChris uthanda kakhulu ukuhamba noGogo Ruby baye edolobheni ukuze azothola ithuba lokuzikhethela izincwadi esitolo sezincwadi ezingamasekeni kumbe esezisebenzile. Kepha ngelinye ilanga uChris wathola ukuthi uGogo Ruby unemfihlo. Chris loves his Ouma Ruby and he loves visiting her house. But Chris especially loves it when his Ouma Ruby takes him into town to the second-hand bookshop. Then one day Chris learns that Ouma Ruby has a secret.


